Sikhiphe Mntanami P64
SEASON 2
Kuthi abomthetho Mase sebefike naye uzulu enkambini yeziboshwa ejele bafike bamhlalise phansi! Kwelinye itafulan ebese ethi u constable Mkhize"eh ayi detective xulu lendod izobuzwa imina .....Khon imbuzo engfun ukuyibuza yona
xulu:ayii detective kulungil .... Esho ephuma ebashiya kuleligumbi
Mkhize:we ndoda gyaz kuhlwile manje nawe usufun ukuhamba kodwa awusphendulele Nanku umbuzo "wean ubukephi ngeskhathi sesgameko??
Kubuza umkhize ELOKHU eyaluza lapha kulelikamelana!!!ecofoza lento erikhodayo
Zulu: nkosyam bakithi ngoba besengichazile UKUTHI Mina bengzozibhekela uZondi umngani wami Lo owayethe ufuna amakhabethe ngase nga.
Mkhize: ndoda awuphenduli umbuzo engubuzile!! Mina ngithe ubukephi ngeskhathi sesgameko???
Zulu: bengisekhaya!!
Mkhize: Pho umbone kannjani umufi Lona uZondi!! Nomama wakwakhe! mawukini?
Zulu: chabo hawu bengzomdayisela amakhabethe nje!!
Mkhize: bekwikhathi Zin??
Zulu: anginakanga!!
Mkhize: uban omunye obekhon Kwi scene ngaphandle kwakho??
Zulu: akekho!!!
Mkhize: ok ndoda ngyakuzwa athi ukuthatha lolucingo ebekade e recorder ngalo azule zule nalo iskhashana ebese ephinda ebuya futhi ebese ethi"ndoda konnje uthe ngeskhathi sesgameko ubukephi???
Zulu: kodwa nkosyam Kant indaba kwabuzwa Min imbuzo emingaka?? Noma iphutha Lami uku.... Mkhize: phendul umbuzo ndod Zulu: bengsendleleni nami ngfike isgameko sesenzekile!! Ngcel ningidedel manje!! Ngihambe!! Nginomuzi Phela nami neyingane ezingidingayo ekhaya ngcel ukuhamba manje esho esukuma!!! Mkhize: ee ayi ngeshwa ndod asikaqedi...wean uthe ekuqaleni during the scene ubukini manje usuthi ubusendleleni?? ndod ayihlangani lento oyishoyo yin wangingiza nje unamalimi???ayiii Ndod AYIII uwean umbulali walaba Bantu! Zulu: ayybo nkosyam Mina Ngi... Mkhize: eyyy wean abantu abAnjengawe syabazi abafike benze I clean job bebulale ebese befonela amaphoyisa okubengathi bona bamsulwa!! Zulu: kodwa nkosyam ngingayenza kanjani Detective into enjengalena!!oyishoyo Ngingambulala kanjani umuntu ngathi ngingakaze ngibulale ngisho impukane Lena!! Kusho umfokamageba ezithethelela ngamehlo alusizi edabukisa kodwa ezaka sgonyela zimkhalele!! Mkhize:ayiii ndod Letha izandla wean sothi ukukugcina layikhaya until uze uthole ummeli ozokukhulumela kodwa futhi ngizokuyisa kwizinja zalayikhaya zikamjebhula ezizokwamukela ngezandla eyintofontofo! Emgaxa ozaNkosi! Woza marnn eyyy Thula! Ekhuza umageba njengob ethi uzama ukuchaza" kodwa limlahle icala🥺...limbula ingubo lingene!! zethu:ehefuzel esemi phekombhede!! ekhanyise ugesi!!! makhathin:atotove avuke embheden akhanyise ugesi eeqond ekamelen likazethu!!!"hawuuu yehen webantu!!! imhlola yin Len??yewean shevu wengane ufunani LANa? ungene kanjani?!!! hawuu yehen imabokoboko kanjena??? bukan phel akeningibukise!!! zethu: kungakhulumek inkukhu inqunywe umlomo!! Nkomo:hahaha phendul uyihlo wkho Nang ekhuluma nawe!!!"hahaha!! ehleka khul Lela imina bbe ungadideki angipoki!!! zethu:egxum ehayiza esuka eyozithi Neh kumakhathin makhathin:yet fusegg ngyeke man sfebe fuseg!!ezama ukususa uzethu Lo osemthe Neh!! Nkomo: hahaha ehleka!!! esehleli embhedeni kazethu!!!"hahaha!! lapho isho ngamehlo alokoza umlilo lento yakhona negazi ligcwele umzimba!!!
zethu:ngsize ngsize baba ufun ukungibulala?!evika ngoyise namehlo asezinqobovul ngaphandle!!!nasesbhedlel omashezi nozondi izidumbu zabo zidlulselwe emakhazeni ngenxa yokuthi vele bese bekade beshonile!!! dokotela:,Engen egumbin elinosli ezomjova!!! sli: kuduma lemshini ye oxygen kukhanya namalight kulendawo !!aphaphame nkocyam avul amehlo kancane azithele kuleligumbi eligcwele imshin yokuxilnga Abantu"hayybo ethuka ngikephi LANa hayybo dokotela:khul leka usafe Lana Esho emjova ngomjovo alale same time?!! ..........,✍️Sikhiphe Mntanami P64