Sikhiphe Mntanami
P56
mashezi:ancenge ngetiyela lapho nkosiyam uhamba uyakhala uyazisa ukuba kungenzeka yini kube ingane yakhe le ebishiwo uhlanya lolu
nangempela esahamba nje eseyojika ikhona lomngwaqo azithele kubantu sebeyisinyokotho bengungile!! akhe ngejubane aze asondele eduze! mayethi nhla!! " yiyo ngempela ingane yakhe le engungwe Abantu!!"hawejesuu nkulunkul wami!! ingane Yami!!
ebhusha iskokela lesi esingungile "Sli SLI ememeza emnyakazisa
abantu: hawuu yeheni webantu !! kodwa lengane ibulawe yin?? Khusho abantu bexokozela"ayyii dudu mashezi Nathi usli besingazi ukuthi uyosheshe asishiye esikhathin esifishane kangaka!!
kusho bona futhi Abantu bengungile bebukana,nomashezi Lo ozama ukuvusa usli kodwa Naye futhi abamsizi ngalutho nje!"ngcel nifonel I ambulensi SLI sli mntanami!!
kumemeza umashezi esekhihla eskanandi!
masikhokhela:owu wemazulu kodwa uyalibon ithanga lalengane linamanembe egazi!!
hlampe nje bayidlwengulile nje! kusho yena lomama eqhweba ehleba nomazulu eceleni njengoba kuvungazela nje la bebhizi behlahla amehlo bezobuka!!
mazulu: ayii wean Dade nalapho futhi ngeke ngimangale ngoba lengane ngyayazi howuu!! iyisifetshana ibingeke ingadlengulwa!!
futhike vele ibisiyi Ngwenya nje into ekade yathengisa ngobuntombi bayo kusho lomama futhi behleba
masikhokhela: eyy kodwa nkosiyam bukake mnje isifile!! Shuthi umfana ukudlwengulile wazitika ngakho maqede wakubulala kodwa vele ubenza Kahle phela umashezi hleze esiqhoshela ngalengane yakhe ukuthi Yona iphasa Kahle futhi isayintombi nto!!
bukake mnje Esho eqhubeka ehlahla amehlo ebukela
"kuthi kusenjalo avule amehlo kancane uSli aphaphame
Abantu: hawuu yehen nangu evuka!! bethuka abanye bephenduka iziduli zikasawoti ukuthuka nokumangala...
mazulu: yeheni!! eqhweba umasikhokhela eduze kwakhe!
mashezi: kodwa sli nganeyami!! Huu ngyabonga Nkosi ungcwele Wena kusho umashezi eseqala ukwehlisa ukudabukisa njengoba esebona indodakazi yakhe iphaphama?!"
ngyaxolisa ngane Yami nami ngangingazi ukuthi izinto zingangcine zinjena!kodwa ksukela mnje syekhaya akhompahla wazikhokha la uzondi mayefun ukukuxosha kulungileke axoshe nami!!
yazi bengingayin ukufelwa uwena!! woza mamah woza cc ncenga nje mtanami vele kseduze ekhaya howu kodwa bengingaba yin ukufelwa uwen mntanami
SLI: mama mina angiyi ekhaya Esho ekhala!!
mashezi: hayybo!! yin inkinga mntanami!! awulimele kodwa?? kwenzakaleni!??
Sli: mama ngeke ngikwaz ukuyekhaya mina uzethu u.....
mashezi: haybo SLI ! ngyaz mntanam umqondo usahambile kodwa kulungile bbe asyekhaya bese sya ....
within ngifonele uzondi azosilanda Esho ephuthaza ifoni
sli: Mah angiyi ekhaya mina....Esho ekhihla esikanandi eqhubeka ekhala ....
(kwankomo).
Nkomo: Yaa awuzwake!! nkoskaz!!
zethu: ngyak cela Bandla Bava ngyacel ngcel ungyekele Esho ekhala umntanomunt
Nkomo: yewean sfebe Kant awuzwa hee?? Esho emuthi (hlwa!!) ngempama amshaye abambe imihlathi!!" Ibiza ban ngobaba??
ngubab wakho mina?? angithi ngshilo ngathi Thani handsome!! uke uphindeke futhi ulokhu uthi baba la Kimi! ngzokugqimuza ngyaktshela!! uyezwa nkoskaz??
.
zethu: ii ....i...engingiza
Nkomo: eyy ngithi uyezwa wean? enyusa izwi
zethu: Yebo .handsome!!
Nkomo: hahaha!! nakhokhe babe!! awuzwake sukake manje uhambe uyocosha lezancwezu zewind uyeke futhi ulokhu ukhala la!! mnxm sheshake!! yabo futhi lesbhamu ngzosishiya la etafuleni ngsayokhuluma nomashiza indlondlo enkulu le oksukela mnje osuzoyiphakela ikhekhe angifunike ukuthi uzame ukusa ngoba iheee!!!
izulu liyoduma emini ngyaktshelake...nangempela asukume uzethu ekhala eseyocosha izincwezu lezi!! nonkomo asuke abeke isibhamu phekwetafula maqede asuke aye kwelinye ikamero elikhiyiwe alivule maqede angene ebese eyavala kwazise phela lelikamelo lihlala inyoka yakhe le emlethela wonke lomcebo!!
(iyaqhubeka!!....✍️)