ISOKA LAMI😊 P42

1 Like = ❤️
0

 ISOKA LAMI😊 P42

ahambe isandile ayolanda umfowabo u Sanele njengoba esebuya nje Phela namhlanje umlindelo ka mazondi lapho uzondi akabonwa emagcekeni asemzini wakhe njengoba eno mamthembu nje beplana ukuyobhala kusasa nje kuzobe kungcatshwa ngala kushadwa kuyalindelwa kwantombenhle njengoba inkonzo isho phezulu nje kuze kuse abantu bengamboni uzondi kulamagceke njengoba bevula nje umamthembu no Zondi belungisela indlela njengoba ngale kulungiselwa umngcwabo nje 

"Sthandwa Sami sengime ngawo Bo asambe soba late nasemngcwaben kumemeza uzondi
"Sengyaphuma love esho eqhamuka engemuhle wejesu phela ubuhle ufuze yena unina Lo ongumamthembu

"Waze wamuhle sthandwa Sami mmmh kaze ngangiboneni kuleya nunu engumazondi kodwa ngoba vele usesdedelile nje ayikho inking Kusho uzondi ebuka umamthembu beseke baqabulane baphume bahambe bafike enkontolo babhala bashada baphuma Baya emgcwabeni ka mazondi bathe beqhamuka kwaqalaza wonke umuntu Phela bangena babambene nje kusukume umchunu aye kubona

"Zondi Yini manje le oyenzayo bungeke nje uhloniphe umkakho umphelezele ngenhlonipho ayyy Zondi akwenziwa kanjena Kusho umchunu

"Mchunu umkami nalo engihamba naye kwenziwe njanike Mchunu ehhh angithi ngizongcwaba umazondi la ngihamba nomkami futh plz uzosigudlukela sihlale phansi nomfazi wami Kusho uzondi egudluza umchunu bebabaza abantu bebambe ongezansi bemangazwa uzondi Lo owenza Yonke lento kufihlwa umkakhe 
"Nangigqolozela Nina Kanti anizile Yini emgcwabeni nizothanda izindaba ezinganifuni nxxx kahleni Bo Kusho uzondi ephenduka ebabuka BONKE la etendeni
"Ndodana sicela ukuqhubeka nenkonzo yokufihla umkakho la Kusho umfundisi 

"Manje ufunq ukuthi ngenzenjn mfundisi eeeh njengoba nimgigqolozela nje ngithule noma ngiphume lokho Ngeke kwenzeke kukwami la Kusho uzondi

"Cha ndodana angisho Kabi bengicela ukuqhubeka nonkonzo Kusho umfundisi 
"Ohhh qhubekake kusho uzondi uzinhle ulokhe ekhalile lapho isandile no Sanele sebeyashelwa indlela abadinwe ngayo sekuthi abamngenele ngembhaxu nje

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !