ISOKA LAMI 😊 P43

1 Like = ❤️
0

 ISOKA LAMI 😊 P43

njengoba umfundisi eqhubeka nenkonzo nje kuze kuyiwe emathuneni uqhubeka inkonzo njengoba esefihlwa nje umazondi kwathi kubuywa emathuneni abantu bageza izandla kayodliwa Kwa Ntombenhle lapho umamthembu no Zondi baqonda emotweni bashaya bachitha 

"Ngaze ngakhathala yooo Kusho umamthembu 
"Kona kukhathalekile sthandwa Sami Kusho uzondi

"Hau baba yazi kunento ebengifuna ukuyikhuluma Nawe Kusho umamthembu ebuka uzondi
"Hau Ini le ofuna ukuyikhuluma nami nkosikazi wami Kusho uzondi emoyizela.ebheka ngakumamthembu naye
"Njengoba wazi nje Nondaba ukuthi umazondi akasekho bengicabanga ukuthi umah untombenhle ephuma esbhedlela eze azohlala Nathi aiqhubeke sibakhulise Beno Buhle ngoba izingane zethu kumele sibambisane singamlahli nje untombenhle naye Kusho umamthembu

"Makusho Wena nje Nkosikazi ayikho inkinga engahlala Nawe untombenhle njengoba ezobuya esbhedlela njengoba wazi ukuthi mina ngiyahamba nje maduzane ngibuyela ensebenzini  kodwa untombenhle engahlala Nawe anginankinga kodwa futh mina mginengane eyodwa ubuhle kuphela ingakho nemali Yami ngizoyifakela yena nje Kusho uzondi

"Ayikho inkinga baba ngoba vele nami ngimfunela ukuthi azoba isisebenzi salaykhaya njengoba kuzomele ayeke neskole nje azosebenza la asi cleanele asiphekele asiwashele Phela ubuhle Ngeke enze Yonke leyonto ekhona untombenhle Kusho umamthembu

"Uqinisile lapho sthandwa Sami akazosebenza ngoba Vele ayikho nento azoyifundela uzofunda ngani akahlale phansi asebenze uqinisile impela lapho Kusho uzondi emoyizela mebona no mamthembu esemomotheka ngalendlela Njengoba seludlulile no suku lomngcwabo kamazondi akasahlali muntu kamazondi njengoba nontombenhle esasesbhedlela kodwa usephapheme futh uyalulama ukuthi ubancono yize amandla engakambuyeli nje Kahle njengoba kungena usandile nje la esbhedlela ezombona

"Uzizwa unjan kodwa enhle kubuza usandile 
"Angazi Sandile angazi ngampela emvakalento ekhulunywa ubaba la mina anginankinga ngoba ngiyakhimbula manje ukuthi kwenzakalani

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !