ISOKA LAMI P46

1 Like = ❤️
0

 ISOKA LAMI  P46

umamthembu uxoxa no Zondi njengoba eselungisela ukuba indlela nje uzondi ebuyela ensebenzini
"Yazi baba kukhona into engifuna ukuyixoxa Nawe ungakahambi Kusho umamthembu
"Yah Nkosikazi ungakhuluma ngilalele mamah


"Ohhh ayyyy ukuthi nje Wena nondaba kuza umtowethu la Manje ubethe utuna ukoyokhetha ezintombini emhlangeni Manje mina bengibona kukuhle ukuthi uzakhele umtowethu Phela athathe yena untombenhle Lo ukuze naye uzoba nekwakhe ahlale nendoda yakhe ezomnakekele njengoba Nawe uhamba nje baba angazi kodwa ukuthi Wena ubona kanjn


"Awu Phela intenhle leyo mamthembu ukuthi untombenhle agane vele usekhulile Manje usengagana Kusho uzondi
"Njengoba uhambake baba ngizowamukela mina amalobolo kumfowethu Kusho umamthembu


"Kulungile Mkami ayikho inking uzondi evuma Phela uvuma zothi nje eshiwo umamthembu 
"Kuzomele ngihambe Nkosikazi Manje Wena Sala ubone ukuthi wenzanjn ngo Ntombenhle mina ngisayonisebenzela Nino Buhle Njengoba wazi nje ukuthi inina umndeni wami Manje avalelise aphume ahambe Kanti uthe ehamba nje kwasala kwangena ucingo oluvela esbhedlela ukuthi umamthembu azolanda untombenhle bangampela bahamba no Buhle beyomlanda wasayina umamthembu ukuthi usemthathile baphuma esbhedlela babuyela ekhaya bafika


"Ntombenhle Sisi usufikileke ekhaya lakho elisha uyabona angithi ukuthi sishiye kunjn endlini sijahe ukuyolandana Nawe esbhedlela kuzomele uqoqe Kube clean la Kusho umamthembu ehlala phansi
"Kodwa uthe udokotela angiphumule ngingazikhandli Kush untombenhle
"Aybo ungitshela ngo dokotela emzini wami uyambona udokotela Wena la Kusho umamthembu ebuka untombenhle Kabi


"Cha angimboni mAh kodwa besathi uyakhuluma untombenhle njengoba evalwa ngenkulu impama le eshawa ubuhle
"Yey Wena umawami Lo ngedwa futhi owakho unyoko Wafa Sisi samba phezukwakhe ungalinge uthi umah umawakho habe Kusho ubuhle ekhomba untombenhle ngomunwe


"Nguaxolisa Buhl Kusho untombenhle ekhala evikwa ubuhle Lo omshaya ngempama 
"Awuqoqe la wen uyeke ukubihlika Kusho umamthembu


Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !