ISOKA LAMI😊 P87

1 Like = ❤️
0

ISOKA LAMI😊 P87


"Ayibo Sanele ungafike ungishaye ungikhombise ukungangihloniphi ngimdala kunawe bese uthi akuchaze mina futhi chazela ubaba no mama ukuthi isbind sokushaya mina usthathaphi Kusho usandile


"Ohhh ufuna kuchaze mina Bafo Mande ngiqala indaba nje ulalephi izolo ngoba Phela awubuyanga Wena layikhaya kubuza usanele njengoba ebakaza nje usandile engazi ukuthi athini "phendula Phela Bafo Kusho usanele embuka
"Kwenzakalani Lana sandile khuluma Phela Kusho indlovu ephakamisa izwi ecikwa ukuthi usanele no sandile abafuni ukukhuluma


"Baba usandile ulale kulongoduso yAkhe ewu Nandi angazike noma sekubuyelwene Yini noma usengazikhulumelake Kusho usanele


"Ini Sandile ungayenza kanjani leyonto ngoba uyazi ukuthi Lo Nandi wakho angimdingi la Wena uyambuyisa ebe adelela kanje wakujolela bengingasho ukuthi Wena uthanda lentombazane untombenhle noma uyakubhora yena ngoba usayintombi nto kodwa Sandile ungayenza kanjani nje lento uthini ngengan yabantu ngoba untombenhle uyakuthanda kuthetha undlovu


"Ngampela Sandile Yini inkinga yakho wazi Kahle ukuthi unandi asimceli laykhaya wena wenzani yazi usanele ukushaye kancane Wena Kusho umandlovu
"mAh Nawe baba ngyaxolisa kodwa mAh mawuth usanele ungishaye kancene usungijwayeza nezingane mAh Kusho usandile


"Thula Thula Sandile umthethwakho uyazazi ukuthi ufunani Wena kubuza undlovu ediniwe


"Yebo baba ngyazqzi ngifuna u ntombenhle mina uyena engizimisele ngaye ngifuna ukuphila inpilo Yami Yonke naye ngizoyilungisa Yonke lento eyenzekile NAMI angazi bengingenwe Yini kodwa ngizoyilungisa Yonke lento ngyaxolisa mAh no baba nakuwe Bafo ngyaxolisa kakhulu


"Uzimisele ngo Ntombenhle Sandile unandi yena uthini ngaye kubuza undlovu eshaya itafula ukudinwa


"Ayidle isishiyele Zingelwayo ngyaxolisa nginiphoxile naye untombenhle ngimuphoxile ngizokhuluma naye ngizame

 ukulungisa izinto naye Kusho usandile edla imihlathi
"Ayyyy cha ungiphoxile Sandile bandla yeka ingane yabantu Kade isikuthanda kanje Kusho umandlovu

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !