ISOKA LAMI 😊 P86

1 Like = ❤️
0

 ISOKA LAMI 😊 P86


ahambe usandile aye ekamereni Lakhe afike avule ifoni afonele untombenhle kodwa ingangeni imyaxe ezihlaleni aphinde amzame iphindi futh ingangeni athi uyambheka Ku WhatsApp ublockiwe Phela yena akazi lutho usandile ukuthi untombenhle useyazi ukuthi Kade eno Nandi wavele walala usandile untombenhle beno Zinhle bazihlalele nje kubo ka Ntombenhle njengoba kuqhamuka imoto ka Sanele nje bayibone basukume afike apake usanele qede adilike emotweni agijime uzinhle eyomhaga azimele untombenhle beze bangena endlini bonke bafika bahlala phansi


"Ntombenhle MFT ngyamuxolisela usandile ngalento okwenze Yona ngikhuluma nje nami ingidina Kabi Kusho usanele


"Ayikho inkinga Sanele mina ngibonga ukuthi nje ungitshengisile ukuthi ungumuntu onjani usandile okubuhlungu nje ukuthi udlalile ngemizwa Yami ngoba Kade sengimthnda Kusho untombenhle


"Ayyy bandla ngbe nje naye unjengobhuti wakho nje Sanele Kusho uzinhle


"Angikho njalo sthandwa Sami angisoze ngenza into ekanje kuwena bbe khululeka bengizonibheka nje ukuthi niryt yina sengicabang ukuhamba ngoba ubaba no mAh babize umhlangano womndeni kuzemele ngibe khona Kusho usanele esukuma eqabula uzinhle avalelise naku Ntombenhle aqede aphume angene emotweni ahambe usandile uthe esalele kwangena icall evela Ku Nandi wayibamba


"📱Hello Nandi ngilele uyangiphazamisa Kusho usandile
"📲Ukhathele ne kufanele cha ungivithizile bo izolo ubusuku bonke Pho manje ngikubona Nini  sthandwa Sami kubuza unandi


"Ini eyyyy Nandi Kahle angisiso isthandwa Sakho mina futh lento eyenzeke izolo bekuyiphutha futh ngeke iphunde yenzeke Kusho usandile evala ifoni avele avuke ayo geza aqede aye kubazali bakhe Kanti no Sanele vele useya ngana ngomnyango engena wabuka Kabi usandile waqeda wahlala Phansi


"Nasiza naphelela khona nizongitshela Kahle ukuthi nibangani le engaze inenze neshayane kusho undlovu
"Baba ngyaxolisa ukuthi ngibe njeyana emzini wakho Kodwa ngicela ukunika ubhuti omdala ithuba azichazele ukuthi kwenzenjani Kusho usanele
"Aybo


📷

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !