ISOKA LAMI 😊 P83

1 Like = ❤️
0

ISOKA LAMI 😊 P83

uthe nje meqhamuka usandile wafica unandi esevele emlindile ehleli phansi wasukuma wabingelela emxhawula wavele wandwaza usandile

"Hallo babakhe uryt kubuza unandi ebona ukuth usandile umndwazele Waze waphakamisa izwi unandi Sandih ungibuza impilo

"Ohhh mmh ngiryt uryt Wena kodwa kubuza usandile elokhe embuke njalo unandi

"Ngikahle mina uyazibonela nje nawe Kusho unandi njengoba emoyizela

"Waze wamuhle yazi namhlanje wamuhle kakhulu Kusho usandile encoma unandi

"Hau ngyabonga babakhe Hau kungani uthe asihlangane ngoba Phela Wena ukubeke kwacaca ukuth usuqhubekile nempilo yakho Kusho unandi

"Khohlwa ukuth ngitheni kuwena busudlile kodwa Wena kubuza usandile

"Cha bengakadli Kusho unandi Phela bahlanganele indaweni yokudlela

"Okay ungangilinda Lana ngisayokwenza I oda laphana lokudla ngyabuya Kusho usandile esukuma eyokwenza I oda wakhipha ifoni yakhe unandi washutha usandile Emile laphana e oda enganakile waqeda wazishutha yena wabe esebeka ifoni yakhe wabuya usandile wahlala phansi bazixoxela laze labizwa I oda labo wakulanda ukudla wabuya nakho usandile wahlala phansi badla baqeda
"Ngicela ukukuhambisa endlini Phela Nandi angeke ngikushiye nje la ngithi uzozigibelela Kusho usandile njengoba ejabula ngenhliziyo nje unandi evumela phuzulu bahamba bafika wamisa imoto ngasendlini ka Nandi
"Usuyohamba Kahle Kusho usandile elokhu ewumoyimoyi nje

"Hau Ngeke usangena nje uphuze netiye nje usuzongisha la Kusho unandi

"Kodwa ngisuth nje Nandi kodwa mawusho njaloke ayikho inking ngizoyiphuza inkomishi yetiye bese ngyahamba Kusho usandile

"Okay singangena ngaphakathi Kusho unandi njengoba bengena belandelana nje wafika unandi wenza itiye waqeda wamnika bahlala phansi baliphuza waqeda usandile wacela ukuya endlini encane washiya ifoni yakhe phezu kwetafula wasala unandi wayithatha wakhuluma ingubo wagibela embhedeni wazishutha ngo bra ne phenti ngefoni ya Sandile waqeda wagqoka ngokushesha waqeda wangena Ku  WhatsApp ka Sandile waziphosta kwi status

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !