ISOKA LAMI 😊 P82

1 Like = ❤️
0

ISOKA LAMI 😊 P82

wahamba uzondi ebuyela ensebenzini konke kwahamba Kahle wasala untombenhle wafonela uzinhle


"📲My friend unjn kodwa kubuza untombenhle
"📱Ngyaphil mtase unjn Wena ukuphethe kanjn umuzi omusha kubuza uzinhle
"📲Awuzwe umngani eyyyy mnganami ngicela uzongihlalisa Phela la


 okwesikhashana njengoba ubaba esebuyele ensebenzini nje ngyasaba nami ukuhlala ngedwa emzini ongaka Kusho untombenhle
"📱Mmmh mngani kuzomele ungicele kumah Phela uyazi nawe ukuthi angiziphethe Kusho uzinhle


"📲Ngiyazi mngani ngicela ungiphe inamba kamahwakho ngimshayele manje khona ngizokucela nangampela amnike inamba abonge ayivale ifone afonele umaka Zinhle ayibambe


"📲mAh unjn ukhuluma no Ntombenhle umngani kazinhle omkhulu
"📱Unjn ngane Yami Awu angisakwazi Kusho umaka Zinhle
"📲Ngikhona mAh ukuthi nje bekukuningi ebengisakulungisa kodwa mAh ngikufonelela ukukucela something bandla Kusho untombenhle ngomoya ophansi ngenkulu inhlonipho


"📱Ngilalele ngane Yami Kusho umaka Zinhle
"📲mAh bengicela bandla ukuthi uzinhle azongihlalisa njengoba Nazi ubaba wathenga umuzi omusha manje yena usebuyele ensebenzini ngisele ngedwa futh Ngeke ngikwazi ukuthi ngishiye umuzi kababa wodwa ngyakucela mAh bandla kuncenga untombenhle


"📱Oyyye kulungile ungeza uzomlanda inqobo nje manizoziphatha Kahle Kusho umaka Zinhle


"📲 Ngyabonga mAh ngyakuthembisa soziphatha Kahle ngyabonga ngizofika ngizomlanda kungakwahlwa ngicela ungidlupisele umyalezo kuye ukuthi akabe epakisha izimpahla zakhe Kusho

 untombenhle ejabula wabonga bavalelisana wavala ifoni umamthembu uyanqatshelwa ejele ukuthi azofihla ingane yakhe Kanye nomfowabo njengoba ubuhle ezofihlwa uhulumeni nje Phela bayafihlwa kusasa usandile usedolobheni uzohlangana no Nandi ngasese engazi untombenhle ngesfiso sokuthi ufuna ukumcacisela Kahle


 untombenhle Lo ukuth yena useqhubekile BEMPILO yakhe ucela ukungaphazanyiswa nangampela afika no Nandi akazibekile phansi njengoba emuhle use wagcoba nomuthi emashiyeni okuthi usandile membona nje luvuke uthand





Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !