Sikhiphe Mntanami p31, p32, p33, p34 ✍

1 Like = ❤️
0

 Sikhiphe mntanami p31✍


Zethu: heeyaz lesphukuphuku esiwu Zondi siyanginyanyisa Min ukwazi kanjani.u..


SLI: ZETHU UBIZA UBABA NGESPHUKUPHUKU!!! KUBUZA USLI ENEGWA LAPHO ABAMILE BAYAHAMBA ...SEBESONDELA NGASESANGWENI LAKO MAKHATHINI!


Zethu: eheee vel wisphukuphuku buka NJE Mina nginjani la eyithweni ngenxa yakhe !! Yonake lemali soyithathaphi thin IMALI yokukhokha lezinto ngoba phel asisebenzi futhike sixolisile so ...kuvele kuqhamuke uSgidi ebuya estolo azithele koZethu


Sgidi: Iheee imhlolake le ! Cc Zethu ubuyephi ngempela?? 


ZETHU: HLANGANAPHI WEAN ! ESHO EBEVULA ISANGO LAPHO USLI USAYINDODAKAZI YOLAHLEKO ELOKHU EMI EMNVA kWA ZETHU ETHIYazela EMNVA kwakhe kuhle kwe...


SGIDI: YAZ KOCHITHEKA GULA LINAMASI LAPHA KUWE NGYAKTSHELA DADEWETHU KABABA UBABA UDINWE KABI ILENTO YAKHO YOKUVELE UHAMBE NJE UNGASHONGO!! WEAN NJE UZOLITHEZA OLUMNANZI ESHO EBEBADLULA USGIDI EYOVUL umnyango

Zethu: hee Yaz imhlola yam !! Nakhu boh!! Lokhu okuSgidi kungiphaphela!! Mxm OE  ungasnaki leslima esiwu mfwethu  ESho ebesondela naye evula isicabha Avele azithele kumakhathini ehleli phansi efunda iphepha"


Sgidi: ehena!! Baba NANGUKE Loh!! ESHO ekhomba uZethu


MAKHATHINI:habee imhlolake le!! Hayibo!!  Uphumaphi wean !! Sonakali hee !? Usuyazenzela wean mnje  hee usuvele uhambe njee UNGASHONGO  mgodoyi?! Msuun wenja!! Sfebe


Sgidi: hawu kodwa baba
MAKHATHINI:ey kawu kwani?? Hee Lenja Leh isiwumfazi laykhaya usuyazenzela usufuna ukwiphatha?? Ngikhuluma nje Mina ngixabene noZondi ngenxa YAKHO


Zethu: cha baba bengingahambile izindlela zami bengika ba Zondi kasli umngani wami Loh!! Khona I project ESANIKWA YONA UKUTHI ASIYENZE ngamaholidi manjeke asiqedanga ngenxa yomsindo so baba ngize La naye uSli ukuthi azolala la ukuze siqhubeke siyibhale ESho ebegoba efihla UMNVIMBO lapho akamile uyaqhubeka ugoqa umakhathini naye MAKHATHINI lowo useqala ukwehlisa ulaka okusho khona ukuthi useyamkholwa uZethu lamangakhe


SGIDI: UNAMANGA LO BABA!! UBESEZINDAWENI ZAKHE Lo BUKA UNANOMNVIMBO la ezithweni ..kusho uSgidi


Sikhiphe mntanam p32


Zethu: angikhulumi nawe wean Sgidi mnxm  

MAKHATHINI: HAYIBO INDODAKAZi kaZONDI NJE LENA!! ESHO EBEPHENDUKA EBUKA Usli 

Zethu: ehena baba uyena Lo ingakho nje ngithi uzolala la namhlanje ukuze siqhubeke sibhale Kahle esho ebehlwitha uSli amaphilisi masinyane awafihle EMNVA kwakhe enzela umakhathini ukuthi engawaboni
 
SLI: HAYYbo zethu unamanga wean...baba MAKHATHINI..una...
ZETHU: EHEE EHEEE ( EKHWEHLEla egqiba uSli ukuthi engakhulm!

MAKHATHINI: hawuu Pho uZondi yena?? Izinto Zakhe?? kubuza umakhathini edidekile

Zethu: ayyy sesxoxile nobab Zondi konke seku RTy" ehhh SLI oe ngce usondele ngapha esho ebephoseka ekamereni lakhe. Maqede abize uSli 

MAKHATHINI: HAUU senixoxile?? Knajani ?? Kalula kanjalo nje?? Hauu ayii !! Aqhubeke umakhathini sfunde iphepha" asithembeke ukuthi nizofunda Ngempella  ayii ukuzoxoxa  izindaba zenu wean Sgidi awungenzelE inkomishi yetiye 

sgidi: Yeb baba kodwa baba ngeke unamanga udadewethu  akukwazi ukuthi bazobhala umsebenzi weskole bengaphethe ma exercise !! 

MAKHATHINI: eyyy yenzalokho engikshoyo wean angithi uzwile ukuthi bathe I project sphukuphuku njalo wean angikaze ngikubone wenza umsebenzi weskole !! Utafisha Nini Wena!! 

SGIDI: HAWUU KODWA BABA !!! ESHO EBESUKA ENZa lenkomishi yetiye efunwe umakhathini
{Ekamereni}

SLI: kodwa  Zethu yin ube namanga!! Mxm yaz uyangnyanyisa wean

Zethu: mnje nawe ubufuna sitshele ubaba iqiniso?? Hayibo uyahlanya wean mih!! Mi thatha nali ijez ugqoke  Mina ngsayokwenza into esizoyidla ksasa Siyavuka siyofuna AMATOHO lapha e marobhothini
SLI: HAYYBO EMAROBHOTHINI??

zethu: yahh ikhona nje la okudlula khona izimoto eziningi so sizobhala izinqwembe ezithi " looking for Jobs" ukuze basithathe CRC!! Mad futhike lapha kudlula iyimoto eyiningi kuzoshesha

SLI: Min angiyenz lonto futhi Min ksasa ngibuyela ekhaya  ngeke ngime erobhothini engathi ngidayisa ngomzimba !! Wean uzowenza wedwa lowo doti!Esho ebegqoka ijez leli alinikwa uZethu

Zethu: okayike sizobonake ukuthi sizokwenzenjani eyy yaz

Sikhiphe mntanam p33


Isebsuku uZethu uhlezi ngezinqa uyacabanga  ngapha uSli uhlezi uzinakele izinsizi Zakhe naye uyacabanga ukuthi uzombhekelwa UBAn uZondi !!

ZETHU:"eish yooh kodwa ngempela UMUNT uzokwenzenjan?? Siyayidinga Phela lemali... Kuthi esacabanga kanjalo uZethu kuvele kungene umakhathini ezobheka ukuthi izintombi Lezi ziqhuba kanjani!

MAKHATHINI: nqoh layindlin!! Enqoqoza ekamereni loZethu
ZETHU: EHH  YEB BABA ESUKA EGXUMA MASINYA EDONSA ISKHWAMA SAKHE SEZINCWADI MAQEDE AKHIPHE IBHUKU ELIKHULU ELIVULE MASINYA EBESE ESUKA EYOVUL UMNYANGO

MAKHATHINI: haw kusaqhuba Kahle nje lah Zethu??
SLI: ATHULE

zethu: EHH ayii yebo baba ubona nje Nathi imasiqeda mnje sesiyalala ...

MAKHATHINI: hawuu ohh ayii kungconoke manje uNDODAKAZi ubusumenzele okuyangasethunjini?? 

ZETHU: YEBO BABA

MAKHATHINI: OHH AYI KULUNGILEKE  VEL ANGITHI UZOLALA KHONA LAH EMBHEDENI WAKHO NAWE??

Zethu: yebo baba KHULuLEKA NJE  sirty thina

MAKHATHINI: AYIKE NAM NGSAYOCAMBALALA ISIYOBONANAKE EKSENI ESHO EBEPHUMA EGUMBINI LAZETHU EBESE EVALA ISICABHA KUTHU KUSENJALO KUVELE KUTHELEKE  USGIDI ENGANQOnqozanga

SGIDI: YAHH KWENZAKALANI LAH!! ANIFUNDI NINA LANA ?? HAWUUU

ZETHU: yewean sphukuphuku slima ufunan ekamereni lam? Wathin ubab ngokuvele uzingenele nje ekamereni lentombazane uzothini ukuba ubusifica sigeza?
SGIDI: ngivele ngabona ukuthi ayikho nje lento elokhu Nithi niyayifunda nenza ubab I..

ZETHU: WEBABA!! {EMEMEZA}NANG USGIDI engena ekamereni Lami !!
SGIDI: UNAMANGA LO  WEBABA ESHO EGEQA AMAGULA EPHUMA MASINYANE!! EBALEKA

MAKHATHINI: yewean Sikhohlakal somfana ubekwa yin lapho ? Iheee ngyaktshelake njalo ungaziqhathi nami kusho umakhathini EMEMEZA esegumbini lakhe 

ZETHU: MXM YAZ NJE LESMIMA!..EISH YOH OE WOTHI NGENZE loluqwembe masinyane ebese siyalala 

SLI: KANT ZETHU AWUZWANGA YIN MANGITHI MINA NGEKE NGIWENZE LOWODOTI WAKHO!! MNXM ESHO EBEPHENDU PHENDUKA ELALA NGESAYIDI EMBHEDENI ashiye uZethu esahleli ngezinqa embhedeni

ZETHU: OKAY KULUNGILeke ngizolenza Mina esho ebesukuma ecinga iskero

Sikhiphe mntanami p34

ZETHU: NANGEMPELA ALENZE LELIBHODI LAKHE  ALIBHALE UKUTHI "LOOKING FOR JOBS"ETHI MEQEDA ALISHIYE PHEKWE TAFULA EBESE ECISHA UGESI NAYE AYOLALA EDUZE kwaSli  

{Ekseni}
Kuthi SEligamenxe elesi 8  ekseni avuke uZethu azelule ebese evusa umngani wakhe uSli 

ZETHU: OE OE !! VUKA BOH SEKSESENI !! 
SLI; YIN MNJE ZETHU!! 

ZETHU: HAYBOH ANGITHI UZWILE NJE UKUTHI BESIXOXE NGANI IZOLO  SOZE SIBANGISANE  NAMAPHARA  KANT MNJE KSA RTY NGIBA ISASEKSENI. MINA NGYABUYA NGSAYOWASHA IZITSHA EKHISHINI WENA SALA LAH UGEZE NALIYA IKETELA NGZOTHI MANGIBUYA SIDLE EBESE SYAHAMBA..

SLI: HAYYBO KNT MFT AWUZWA YIN WEAN!!!

Zethu: Avele angalaleli asuke avule iscabha Aqonde ekhishini njengokusho kwakhe avele azithele Ku MAKHATHINI elungisa inkomishi yetiye 

MAKHATHINI: HAWUU NIYALALA BOH !! IMA NIVUKA MNJE??
zethu: eyy baba silale late ngenxa yomsebenzi kodwa mnje ngizolungisa ukudla ukuze sidle ebese ngiyamphelezela eya Kubo USli

MAKHATHINI: ohh ayii kulungile Nam ngizohamba. Ngiye lah edolobheni e spares ngiyolungisa lomshini wami wokugunda  ...shuthike masenihamba seniyokhiya layindlini ngoba noSgidi ngizohamba naye ukuze angibambele wona!

Zethu: ohh ayii khululeka baba

Sgidi : ayii baba sengiqedile sengimi ngawe mnje!! 

MAKHATHINI: ayii KULUNGILEKE mfan Nam ngsaphuza  Nans inkomishi yetiye ebese syahamba   ajabule afe uZethu mayezwa lezindaba zokuthi Kanti uyise uyahamba Kanye nalempimpi ewusgidi nayo ayikho  ethi meqeda ukuncenga lenkomishi yetiye umakhathini asuke agqoke lomuhelane wakhe maqede athi" ayke Ndodakazi sesihambileke thina ngicela ukuthi ukhiye mawuphuma kodwa vele Nathi sizobuya mnje lingaka gamanxi elesi 12 nisale kahleke....sgidi awuhambeke uyowuthatha lomshini esho ebephuma ngomnyango

Sgidi: ngik bhekile njalo wean!! Ngik jongile ESho ebhekise amehlo kiZetju maqede aphume 

Zethu: hee Yaz lokhu gsazOke ngikuqantse ngempama kungakholwa mnx esho esuka ewasha lezintsa ezimbalwa masinya maqede enze isinkwa ebese eyobiza umngani wakhe Lo osageza  ekamereni."



Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !