Sikhiphe Mntanami P46 - Best Zulu Short Stories

1 Like = ❤️
0

 Sikhiphe mntanami p46

Best Zulu Short Stories

Best Zulu Short Stories - IsiZulu izindaba ezimfishane | IsiZulu Stories South Africa

😳

(Kwankomo)

NDODA: iphume masinya isiphethe isbhamu masinya iphuthuma uSli Lo ogeqa amagula exhugela lapho uZethu nanguya esesithela  ngasetiyeleni EBALEKA 

SLI: aphume kulelisangwana elingakhiyiwe elincane  axhugele nkosiyami EBALEKA lapho Indoda nansi nayo  ingena EMOTWENI masinya isingadle zinkobe zamuntu ibahubha

ZETHU: SLI woza woza!! ESHO EBALEKA esengale kwetiyela eyosithela kwenye yemizi ewuxhaxha eyakhelene maduze nalelisabusitji lalendoda

Ndoda: yeyiii!! !! Kusho LENDODA idumisa imoto masinya maqede iyishaye izule ifike  imee esangweni itofoze I remote maqede livuleke lelisango lapho nanguya u SLI Naye etotoba ezama ukujomba  ewela itiyela yize nje EXHUGa 

ZETHU: aphele emehlweni khona kulemizi ewuxhaxha  

SLI: Zethu Zethu!! Ememeza  kodwa u Zethu akasabonwa. Nendoda yakhona nansi nayo la isimi EMGWAQENI iLinde leliloli ELIKHULU ukuthi lidlule ebese nayo iyawela nalemoto Yayo 

SLI: eshuu yooh!! Kusho usli eshosha EBALEKA kodwa ethunukala naye Azame ukugudla lemjondolwana EBALEKA Kanti wee nansi nendoda  Ila ivele iphume  emotweni ibahubhe  lapho isbhamu isiphethe ngesandla

Ndoda: yeyiii Sfebe!! Woza laH ISHO ijomba elinye ixhaphozana ihubha uSli manje  ...no SLI naye ashoshe Azame ukubaleka   aphele emehlweni 

Ndoda: arghAAH SHIT!! EYII IVELE IQHUMISE ISBHAMU KABILI EMOYENI MAQEDE IJIKE IBUYELE EMOTWENI! LAPHO INYANYILE!! KWAzise Phela ayisabatholanga oSli!! 

SLI: athi mesezwa umsindo wesbhamu ATHUKE abaleke  ayosithela kwelinye ibhuloho elihlala amaphara 

Iphara: HAYIBO!! Sistera ubekwa yin laH!! ?? Kubuza elinye iphara libhizi liphakishana namakhalibhodi!! 

SLI: ethuka ebona labantu abasabeka kanjena!! Ngapha usabhacele LENDODA azitshela ukuthi isamuhubha!

Phara2: eksee skhotheni !  Zithin ngalo queen ozoshayisa emchebukweni wethu laH?

Phara1: AYIII  macala yabonak e Loh engathi udukile akazazi nokuthi ukephi!! Ekse my sister ubani  sithini istori Sakho?? Kubuza leliphara lisondela kuye uSli 

Phara2: eyy ulimele MFT futhi lomunt


Click Here To Read Next Part 👇

Sikhiphe Mntanami P47 

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !