Sikhiphe Mntanami P45 - Best Zulu Short Stories

1 Like = ❤️
0

 

Sikhiphe Mntanami P45

Best Zulu Short Stories

Best Zulu Short Stories - IsiZulu izindaba ezimfishane | IsiZulu Stories South Africa


uSgidi nomAkhathini sebeyabuya edolobheni NJENGOBA umakhathini ebethembisile ukuthi kuzoshaya eleshumi nambili sebesekhay

Sgidi: ewuu! Ngaze ngalamba Kodwa baba yazi lelindiya  ebeli drainer lomshini bengithi Mina lizoshesha MNXM yazi! 

MAKHATHINI: EYY nokho UQINISILE mfana NAMI uSalvin ngimazi eshesha angazi namhlanje ubengenwe Yini! Kodwake kungcono ngoba umshin wami ulungile veleke undodakazi sizofika endlini esephekile! Kusho umakhathini esetekisini ekhuluma noSgidi sebezofika ngasesitobhini Sabo! 

Driver: ukhona osala lah? KUBUZA umshayeli emisa itekisi ebona umakhathini EMEMEZA kakhulu e back sit

Sgidi: siyasala boh!  Esho ehosha umshin NGaphansi kwe sit  bebhavumule abantu begwavume besho ukumqeda uSgidi NJENGOBA ebagudluza njr ethatha lomshini

(kwaZondi)

uZondi uhleli yedwa ufunda iphepha Ndaba! Kuvele kuqhamuke umaShezi esondela kuye!

Mashezi: Kodwa Zondi Yaz Angikwazi ngisho nokudla mnjr! Ngikhumbule indodakazi Yami Mina mnjr nesimo njr sesimuncu layindlini ! Baba sothini ngempela mawukuthi Ingane hlampe isilusa Amadada layikhona

Zondi: eyy Nam nkoskaz ngiyikhumbule indodakazi Yami Kodwa lokho akusho ukuthi sengixolile ngisayifun impahla zami futh uSli UPHEPHILE Lakhona Mashezi wena njr uhlushwa into eyodw ukuthi uthambe to much! Lengane njr kufanele  ifunde ISIFUNDO SOKUTHI emhlabeni akudlalwa bayahlonishwa abazali! Futhike Mina ngisabhizi Lana ngifunda iphepha uyangiphazamisa Mashezi!

Mashezi: ohh hawuu!! Okshukuthi  Wena baba uthi Ingane noma ingafa layikhona Wena awunankinga  ! Hee ? Okayike kulungileke Zondi salake nekwakho Mina ngzohamba ngicinge indodakazi Yami eyami phela lengane yadabula lah kulesisisu! Kuyanyela angiphathekile Kahle njengoba ingekho shuthi Wena uyajabula!! Esho enengwa umaShezi esuka eshikila 

ZONDI: yabonake Mashezi usuyabhedake manje! Angithi ngishilo ngathi lengane ngifundisa ISIFUNDO lokho akusho ukuthi ngiyayizonda! Futhike wean uyazihlanyisa nje lezingane zizobuya ngingathike ngilibek nawe ulibeka!


Click Here To Read Next Part 👇

Sikhiphe Mntanami P46 

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !