Sikhiphe Mntanami P47 - Best Zulu Short Stories

1 Like = ❤️
0

  

Sikhiphe Mntanami P47

Best Zulu Short Stories

Best Zulu Short Stories - IsiZulu izindaba ezimfishane | IsiZulu Stories South Africa



ZETHU: athi ukuma esengaphesheya kwemjondolo  eduze nelinye ipitsana elicashile leli ABANTU ababekha kulo amanzi " eyy yoh!!  Umunt cishe wafa Huuu Kusho uZethu ephumulula ehlala phansi"eyy wothi sbuke kuthi imalini Yona le! Akhiphe lesiskuqu asibale  athole UKUTHI u R 9.600  "yooh!! Imali engaka jesuu!! Haa Kusho yena esanganiswa ilemali angiphethe kwazise Phela akakaze asiphatha isamba esingaka ngesandla" kodwa jesuu ngzoyenzani Mina lemali engaka?? Ayii ngeke UBAb Zondi ngzobuye ngimbone kungcono ngivele ngibaleke nayo ngyohlala le ekhaya embumbulu one time!! Wee inkinga uSli yena?? Kodwa ayii lesislima sizozibonela Naso UKUTHI senzenjani kodwa mina ngyahamba ngyodla Kahle lemali embumbulu!! Kusho uZethu esukuma efaka lesiskuqu ephetini maqede AQHUBEke ayowela umgwaqo  enqamula ngonyawo eselibhekise Kubo

Phara: AYY wean MFT yazin losisi ngathii akazazi ukuth ufun ukuthin la kithina

SLI: ngyacela ngyacela ngicela  ningangilimazi ESho ehlehla ebona leliphara lisondela kuye!

Phara: AYY cc THINA asbalimazi Abant kuphela njr sizicelela u R 2 njr kuphela syacela bandla sistera!! Kusho  leli elinye iphara libukeka liqalekile

SLI: aphuthaze ubala emaphaketheni ngenhlahla athole uR5 nawo Angazi nokUTHI   uqhamukaphi!" Mih Minani ilokhu enginakho ngicela ningangilimazi!! 

Phara: eyy syabonga cc. Eyy maphera boi Umunt uzoke athole ukubhema skhotheni !!

Phara2: aw salute ndabuko eyy ngathii uyazi.ukuthi ushedula ubusungbambe kanjani?

Phara: e mnjr my sister awulidingi usizo sikudlulise LAPHA kuleziyatebhisi ngob engathi ulimele!!

SLI: Chabo ngi rty ngzohamba ngzozihambela ESho esuka eshosha ehamba!! Ashiye amaphara kanjalo lapho uvalo lusakhahlela kuye kwazise Phela ebezitshela UKUTHI labantu bazomenzakalisa!! Ashoshe nkosiyam umntanomunt anyuke izitebhisi ayodabuka emgwaqeni omkhulu afike athi ukuma Acele u lift!! 

(Kwamakhathini)

SGIDI: haw baba kwangathi ukhiyiwe njr lomnyango!! Kusho usgidi ETHUKA besondela nganeno noyise!!

MAKHATHINI: haybo!

Sgidi: mnx Yaz ngike ngasho kodwa baba ukuthi uZethu angase awenze lodoti WAKHe !!

MAKHATHINI: hayibo imhlolake le ngyalingwake Mina ngsehlane inkos impela haybo lengane!! Enengwa!!

(Bafundi balendaba iziqephu zimfishane Ngoba anginalo idata ngisebenzisa u basic mode! Lo owenza izindaba zibemfishane mangibhala nesithombe futhi sesishintshile  ..🥺😥)


Click Here To Read Next Part 👇

Sikhiphe Mntanami P48

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !