Sikhiphe Mntanami P48 - Best Zulu Short Stories

1 Like = ❤️
0

   

Sikhiphe Mntanami P48 💕🙏

Best Zulu Short Stories

Best Zulu Short Stories - IsiZulu izindaba ezimfishane | IsiZulu Stories South Africa


Zethu: ageqe amagula abaleke ayosithela phansi phansi emjandu ayovumbukela e rank yase danawoti athi ukuma. Akhokhe umoya !  Lapho nalana kuyaphithizela  abantu Baya le nale" yooh eyy ngaze ngakhathala ! Kusho uZethu ebeka izandla okhalo maqede athi Qala Qala maqede afake isandla ephetini atomule leskuqu semali ebese eqonda e relay jeans estolo sezingubo Lapho nje uvalo kuye into esishabalele  akhulukuthele kulesistolo  lapho abantu baphenduka naye! Athi uku qalaza abuke Nama price ezingubo ebese esuka etomula u jean Kanye neteku Aqonde e changing rooms ashintshe EBESE ephuma eseshintshile aye ethilini lapho uhamba iyabhakuza Kuhle kokhozi  

Cashier: EHH miss can we help you?? 

Zethu: yebo ngizokhokhela lezimpahla cash  esho ekhipha isiliphu maqede u cashier atifize Iezinto athole UKUTHI i price u R1.200

" Miss the total  is..

Zethu: don't worry sengibonile esho ekhipha cash imali engananazi!! Maqede athathe I slip asuke ahambe lapho uyambonanje ukuthi ngathi u cc omdala osezisebenzela njengoba nezingubo zimvumela nje!!" Eyyy wothi ngiyodlake manje. ESteers  ebese ngyagoduka!! Mnxm kodwa ayii akwengiqale lah e Ok furniture ngibheke ukuthi ngabe lomshini walesisphukuphuku esu Zondi wimalini!! Esho eqonda khona

( Emgwaqeni)

SLI: malum Razor malume razor lift lift!! Esho ephakamisa izandla ecela u lift kuleli Veni elidlulayo lilayishe amaklabishi

Razor: AME abuyisele imoto eceleni!!" HAWUUU HAYBOH!! SLI!!  Ufunani wean La! Edanawoti kubuza lomalume emangele kwazise Phela vele  uyamazi uSli  ubuye adayise  Eskoleni sakhe!!

SLI: malume ..bengi .. bengi! Engingiza !Bengithunyiwe mnje imali yokugibela angisenayo! Begicela ungishiye noma ise circle'in  malume ngyacela encenga !

Razor: eyy kulungile uzozamake ukucupha la ngemunva kodwa ugade ungapitshizi ama klabishi  ngoba ngsayodayisa!

SLI: ayii khululeka malume ngizoqaphel!! Ngyabongaa kakhulu!! Esho encenga Ezama ukukotela ngemunva abuye Azame ukuthi engathunukali  athi masengenile lisuke leliven


Click Here To Read Next Part 👇

Sikhiphe Mntanami P49

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !