IMPUMPUTHE 😭 P6
silale no Sisi Sindi ewokweni ubuthongo bungafiki kodwa sagcina aesilele kodwa ngezwa ngo Sisi Sindi enginyakazisa ethi angivuke yena kumele aye etohweni ngavuka wangidonsa saphuma ewokweni ngezwa sengathi singena endlini hau ehheni ngyalingwa ningena endlini Yami ninuka ninje ninuka iwoko Phu sis man phumani la habe kuthetha umamlaba
Hawu mah Phela kumele ngiye emsebenzini nje kumele ngihambe no Zeh esegizile sicela ukungena bandla ngizoba late kuncenga u Sisi Sindi hambani nogeza empompini bese ningena la nifuna ukungifakela okhuphe Lana endlini Yami uthe eqeda kusho njalo umah ngezwa ngezwi lendoda aybo obani Laba abazofaka okhuphe la akubona Yin Laba
Mxm hambani nogeza empompini kusho ujabulani qeda athi sengyahamba sthandwa Sami zokubona okay sthandwa Sami uhambe Kahle umama evalelisa esokeni lakhe hau mama ngizoba late kuvele sengiqala ukuba late manje ngicela ukuya emsebenzini manje angene endlini usisi Sindi engidonsa wangihlalisa embhedeni
Lalela ze ngicela uziphathe Kahle ngilate nami manje ngijahe emsebenzini zokubona ngibuya kuvalelisa usisi Sindi okay Sisi ungahamba ngisho ngezwi eliphansi aphume ahambe usisi ngizwe sekungena umah lapha ekamereni lalelake we Zeh ngisaphuma ngizobuya manje ngyala kamakhelwane esho ephuma
Ahambe umah aye Ku Sipho omunye wabafana abayozigebungu amtshele ukuthi ufuna amenzele umsebenzi uzohamba aye kwakhe uzofica intombazane khona ngifuna ukuthi uyivale umlomo bese uyigenca imilenze ngocelemba kuchaza umah echazela lomfana kodwa ma oled into ebuhlungu kangaka Pho enganeni yakho kubuza umfana eyyyy uzokwaz noma Ngeke ukwazi khona Lo R50 000 uzotholwa omunye ethetha umama
Ohhh ma oled konje ufuna ngikwenzele Nini lomsebenzi usezwe elemali Phela usipho into yamanje kungekho muntu kusho umamlaba ayyyy kulungile angiphuthumeke bangampela ngizwe ngonuntu ongena emnyango ngizitshele ukuthi umah ngizwe ngezwi lomuntu weslisa lithi shhhh Thula ungakhali ungasho lutho futh aqede asondele