sikhiphe mntanami p70
Dlamini::ayyiiike madoda ngfun masifika lapha niqoqe bonke ubufakazi eningabuthola ngyanithembake madod lombulali owenze lento ngeke ukuthi ubesebenza yedwa bakhona abelekelelana,nabo ngfun siyibhekise phansi leyandawo sicinge ngisho okunganakekile hlampe kukhona esingakthola!!Esho ekhuluma namabutho lawa aselungele uhambo!!"ayyke ayihlaseleke madod besho besuk behamba sebelibhekise emavenini lawa abazohamba ngawo!!!
Phindile:howuuu sengijahe sifike nje bafo kengibone iyintaba zangakithi!!!"eyy yize nje umuntu esayohlala emakhandleleni!! kusho uphindile exoxa nozamani sebedlula e tall gate!!!
Zamani:mnx ayii wean wean Marn ukuzila kwani? ngeke nje size siyizilele leyanja Min ngjabule nje ukufa kwayoo!! ukube kyangami ngave ngyejele ngyobheyilela umbulali owenze umsebenzi oncomekayo!!
Abantu: 😲baphenduke naye .......
Zaman: eyy Ning bukani Nina?? mnxm Esho ekhipha isandla ephaketheni nemali sebelungiselela ukukhokha!!
SLI:edabula ngetiyela eselibhekise Kubo kwazise phela vele Kubo kuseduze naso isbhedlela lesi asiqhelile kakhulu"yooh ey Kant indaba umah engezang ukuzongbheka esbhedlela?? ooh okusho khona ukuthi vele akanandaba nami!!"ayii kulungil vel ade ngabona ukuthi umah uyangzond ngabon ngakho ukuthi angifihlele ubaba ongzalayo?! Esho encenga ngetiyela edweba ewelela ngale komgwaqo!!
Xulu:etheleka nalezimivi kwazondi"ayyke madoda bengichazile azikhaleke"wen dladla uzoyobheka lapha egaraji uscan namafoot step lapho ..
.ubheke nje ongakthola...
dladla:Yebo constable esuk enza nnjalo!!
Xulu:ehhh ayii thina vel const... sizoguduza lapha endlini ...besuk bengena sebeyobhekisa phansi bebhizi nophenyo?!
zethu:ethi meqeda ukufonela amaphoyisa asuke athi"baba ngcel ungixolele kukho konke ngyaxolisa kodwa manje sekufike iskhathi lapho okufanele ngibhekane ngijezele ezami izono!! lesisu ngzosikhipha nawe mntanam ungixolele kodwa Min ngangingekho ready ukuzala ngadlwengulwa ngzosikhioha lesi ngixolele baba ....
makhathin:wezethu angikuzwa mina uthini Kimi?? uthi umithi?? kanjani ?? hayybo uyazi wisonakal ngempela Wena !!"akasafiki ngani kodwa lamaphoyisa akususe la eduze kwami aqede ngawe!!
sgidi:naye esekhala "kodwa Baba kungani uyindoda enonya kangaka? yazi Min sengiqala ukungabaza manje ukuthi ungubaba wethu ngempela!!😭 "udadewethu wonile ngyavuma kodwa Wena njengobaba fuzengabe uyameseka njengoba exolisa!!
makhathin:we Sgidi igolo lelo olikhulumayo ungangenzi nawe ngiboshelwe Wena!! lodoti ngoba ubulale umuntu lomuntu ambulele umndeni wakhe wona unjani la okhona?? uyajabula?? heee ?? eyy marn ungangidini mina nawe lamasende akho akuhlaza ngzowaqeda ngewisa mina"Wena uze udlwengulwa wawuyaphi?! eyy Mina khipha sikhiphe man lesosisu angingene lapho vele uzobe uzibulalela ingane yakho yaZ kodws sengyazisola ukuthi ngavumelani ukuthi umawakho ezongigana nawe!!"Wena doti awusiyo ingane Yami!! kuphela nje bengikondla ngikuphathisa okwengane Yami!! ngoba bengithabdana nonyoko!!"unina wafika la Kimi esemithi Wena skhohlakali!! "uyihlo angimazi mina!!kodwa Mina angisiye uyihlo iqiniso ngabe Kade walazi kodwa manje ngyakutshela Wena awusiye umakhathin uyinevethoni nje into engingayizali....phiiii marn !! Yaz kodwa nobelungu sengyazisola ukuthi ngamvumelelani ukuthi azogana la kithi naloshevu owuwe!!! hambofa vele uyinto yokubulawa Wena ngane!!!
Sgidi:baba uthi uzethu unjaniii??
zethu:egobhoza izinyembezi zehle nangombombo ilamazwi ahlabayo kamakhathin"kodwa baba!! yonke lemnyaka ungibiza ngengane yakho Kanti ungizonda kanjena!! ekhala
makhathin:eyy Mani Wena ungathi baba la Kimi angithi ngiqeda kusho ukuthi angikuzali angisiye uyihlo !!Wena sgidi!! awuzodabukela loshidi walenja!! engumbulali !! lenj into yokubulawa nje ifele khona ejele arghhha marn!!"Yaz unobelungu unyoko wabaleka wakushiya Waya egoli ngoba vele naye wayebona ukuthi ngeke aze awumele lodoti onguwe!!"ngabekezela mina ngakukhulisa Kanti angazi ukuthi ngifuye inyoka into yokuchobozwa ikhanda nje!!phiii yaz uyisinyama wengane!!!
zethu: avele asukume aphume esekhala ....😥
sgidi:amlandele.....