Uhambo Luka Nomazolo P36

1 Like = ❤️
0

Uhambo Luka Nomazolo P36
Namazolo

..
..
Uyazithanda Bo yena Bani ngempela ongalawula impilo yami kanjalo
angeke kwenzeke ngentando yakhe
ulala nomngani wami Waze wangicika
Yeka ukumthemba kwami"
Yeka ukumthanda kwami"
Yeka uthando lwami"
Namanje I still loves him so much"
Inkinga ungikhaphelile ngeke"
Ngikwazi kodwa inhliziyo yami ishaye ngamandla"
Notha_"Ngaze ngaphatheka kabi
ngabe besiyaphi leyikhaya ngabe akashonanga
usisi wami"
Nomazolo_"Konke kuneskhathi sakho ngaphansi komthunzi welanga kushuthi bese kuyintando kamdali"
ungabe usakhala uzobuya simthune"
Notha_"Kuncono ngoba ngisazombona
okokugcina ngaphambi kokuba bemgcwabe
Nomazolo_"Sizocela besibukise sisi wami"
Notha_"NgikhumbuLe umama mina
Nomazolo_"Uzobuya khululeka 
Notha_"ngizwe ubaba 
uKhumalo efika ekhakomama ethi umama
Akasaboni emehlweni nokuhamba akasahambi
Nomazolo_"Ngimbambe umlomo hhay Bo wena Musa ukusho njalo abanalutho
Washo njalo Kimi uKhetho uyezwa"
Notha_"Kunganconoke sigeze masinyane sidle siqede siye eskoleni
Nomazolo_Awusho benigeza kodwa?
Notha_'" kuphi khona Loya mama ebengasiphi ukudla ebesithuma kuphela ngelinye ilanga 
Shangishaya ngempema wangiphosa esizibeni
Nomazolo_"Hau sorry Sisi wami uyezwa 
Sengikhona ngizokunaka sisho siphuma sihamba.
Mgcinimafa_Ngivuke kakhulu ngeza Lana
Angishongo nasekhaya.Ingane zami
ngeke sife kanjena hhay Bo ebithini Kimi
USandile ngiye kibo ngibabone behleba no
Dlamini.
Mina_"Sekukhona enikukhuluma engingazi?
Dlamini_"Kahle wena besixoxa enye into Lana
Mina_"Awusho weSandile uthe ingane zami zinjani kuwe yazi anginakanga?
Sandile_"Ngithe kodwa ecime ihlo Dlamini
Dlamini_"Uyazi nje ukuthi wayigcwaba njengoba uzogcwala nalena"
Mina_"Ngithe Sandile ngizwe ukhuluma ngama Fridge ngabe kwenzakaleni ngisondele kuye
Sandile_"Umndeni wami wodwa olapho hhay owakho ngihlanganaphi nawo"
Mina_"Ngike ngithole ukuthi kukhona enikwaziyo nizowukhomba umuzi onotshwala.Nalento
yokuthwala ngengane zami angisayifuni"
Dlamini_"Akusekho ukubuyela emumva
Mima_"Kuzoba khonake ngisho ngibashiya"
Endleni ngizwe ngempama eqhamuka emoyeni
Ngibaleke ngizwe ngenye futhi ngimangale kwenzenjani kuqhamuke uSandile ehamba ngemonto
Khetho
..
..
Kukhona okwaziyo ubaba ngeke kodwa ngizombamba yena uzobona
Kahle yazi sengijahe ngifike kulento ewu
Nelloow ungijwayela kabi Lona
Kanti umngani Yini emhlabeni cha
yingakho nginganaye umngani mina
Buka Nomazolo umshitshele kanjani kodwa ngizomthola yena no matter what.
Sandile
..
..
Dlamini kumele ngihambe manje
ngisafuna ukubona imama Lami
Ngiphume ngesango ngithe ngisahamba kancane nanguLobaba udinwe uyafa
Mina_'Woza uzogibela
Mgcinimafa"_Ngeke ngikwazi ngizothola ama takisi ungahamba
Mina"Kahle ukuzenza into esile wena 
ngena emontweni.
Mgcinimafa_"Ngingene eshiya izulu akekho okhulumisa omunye laphakathi kwethu.
Mina_"Yazi sengithole intombi ngakini inhleni pho 
Mgcinimafa_"Ngenzeni pho mina Ayo usuzoyibula Musa ukungifaka endabeni zakho
Mina_"Sesise pomeroy njalo sidlule
Mgcinimafa_"Kant eyaphi leyontombi 
Wadlula e pomeroy?
Mina_"Engani uthe ngingakufaki endabani so phumake Kimi"
Mgcinimafa_"ngishiye Lana emnqaweni
Mina_"Ohk
Qondeni
..
..
Namhlanje usefikile ubhuti wami
Ukuzosilanda sengizwa ngezwi nje ukuthi uyena
Sanele_"Sawubona Sisi wami uyasho 
uMadube ukuba uzwe kuthiwa ulana
Kodwa kwenzekalani?
Mina_"Indaba ende leyo besisayinele amaphaphe sihambe 
Letho_Siyabonga malume Sanele nakuwe Madube inkosi inibusise
Madube_"Kulungile Sisi
Qondeni_"Ihambe imonto ifike ekhaya 
Sithe ngisehliswa ngezwa ngezwi likaMazuma
Mazuma_"Kuphelelisiwe kufeziwe ecula
Qondeni_"Ngyakhala manje lomama angimboni nokumbona ngingeniswe uMadube endlini
ngimemeze Zama nikuphi kuthuleke
MaDube _"Kufike ubaba wabo wazobathatha
Qondeni_"Ini engani wabaxosha 
Madube_"Ingane efune ukuhamba naye ngenkani kodwa khululeka uzobaphatha kahle
Qondeni_"Akukwazi loyo akakwazi ukuthanda oZama ngeke kumele bebuye angizwa kahle mabenaye.
Nomazolo
..
..
Emthandazweni kuthiwe siyaqala ukubhala nge 16 eish umuntu kumele eze lungiselele ngempela ngibene oNellow no Oluhle behleka"
Mina"Nihlekani Nina 
Oluhle"Usholo ukuthi umdlele Indoda
Nelloow_"Yebo phela ayikhiwa esihlahleni ithathwa kumuntu
Mina_"kuncono ithathwe nawumuntu oseyintombi manje amahlamvu uqobo
Nelloow_"Uthin uthi kunjani uban amahlamvu
yimina njalo?
Oluhle _"Uyakweyisa Lona mngani kumele 
umgcwalisele uvele wenze angakucabangi vele sesiya emakhaya kuthe kusenjalo kuqhamuke uJunior ngemonto esuke ehambe Nomazolo embambe ngesandla 
Junior_"Uyaphi manje
Nelloow_"Muyeke loyo vele wakwenza lokho ngithe ngyadlala ngoba ngisaba Khetho
kodwa ngizwe ngempama mangithi ngyaqalaza uKhetho
Khetho_"Ngimphinde ngenye futhi
Nelloow_"Yazi wena ngangikuzama usubona usuyiNdoda Kimi ungishayela unginyanyisa
Khetho_"Angithandani nezinto engenasimilo
Ngabona ngokuthi uzicelele ukulala nami ukuthi kade Wase ubona
Oluhle _"Kanti awuselona itshitshi 
Nelloow_"Unamanga Lona ungamnaki
Oluhle_"Weee mina angihambi nabangathembekile ngisho ngihamba.
Nomazolo_"Delela isandla Sami Junior
Junior_"Angilali ebusuku ngicabanga wena sthandwa ngisacela ungixolele ngeke 
Ngikwazi ukuphila ngaphandle kwakho
Manjomane please accept my apology
Nomazolo_"I will think about it ngisho ngihamba"
Junior_"Wena Nelloow sisiwabantu angithandani nezinto ezinjengawe
Naloya kiss ohamba uchoma ngawo
It was a mistake uyezwa uyixoki lomngani.
Sandile
..
..
Ngiqeda kubeka Lobaba wothi ngifonele uma ndlokuvu wami
Nelisiwe_"Hello
Mina_"Yebo unjan kodwa usulungisileni
Nelisiwe_"yebo sengivivile
Mina _"sengizongena oThukela usuphumile angithi 
Nelisiwe_"Yebo ngime ngase bridgini
Mina_"Ngivale ifoni yami.Ngifike eduze kwakhe egibele eyobona ekhaya vele uvumile
Awusehle kanjani ngathi ingelosi
Nelisiwe_"Thank you
Mina_"Ngiyishaye izulu ibheke ekhaya eDundee ngathi namhlanje elamaqamukuke ngisho ngihleka kancane akakhohlwe esemathandweni
Nelisiwe_"Why ujuluka kangaka Noma uyagijima
Mina_"Cha anginalutho khululeka
Nelisiwe_"Ngixaxeke nje 
Mina_"sifike ekhaya NGi pake imonto yami e garage"
Nelisiwe_"kukwakho Lana kwaze kwakuhleke
umuzi ongaka uhlala nobani
Mina_"Ngihlala ngedwa
Nelisiwe
..
..
Ngingena endlini kunuka kahle impela khona yonke into kunane stebhisi zokunyuka
Engathi ngithole Indoda ngempelake manje akatholi lutho noKhumalo.Ngihlale kusofa ngibuke iT.V ngoba usanyukile ngizwe ngezwi lwengane encane elimemezayo ekhishini ngiqaleze ngithuke manje.Ngime ngenyawo ngibone kuphuma amanzi anegazi kulama fridge akhona .
Iyaqhubeka please like comments and share
x

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !