ISOKA LAMI 😊 P29
Uzinhle akhumbule ukuthi konke inamba ka Zondi unayo phela untombenhle ubebuye asebenzise ucingo lwakhe memudinga wabona kuncono ukuth amufonele amazise ngokwenzekile
📱 Uzondi okhulumayo hallo
"📲 Sawubona baba uzondi ukhuluma no Zinhle umngani ka Ntombenhle
"📱Yini usethume Wena ukuth umuncengele yazi lengane ungijwayela Kabi isingijwayeza nezingane manje Kusho uzondi ethetha
"📲Cha baba cha angithunyiwe ngumuntu la ngifona nje ngithi angikwazise ukuth emzini wakho uthe esachaza nje uzinhle wamngena emlonyeni uzondi
"📱 Emzini Wami sekungena amadoda bengikulindele lokho vele Kade ngambona lomfazi ukuth uyafeba nale ngane yakhe ahgah man Kusho uzondi ecikekile
"📲Cha Bo baba ngifuna ukuth emzini wakho kungene izigebengi zadubula u Maka Ntombenhle washona Kanti no Ntombenhle naye usesbhedlela lapho isimo sakhe Sibi ngoba ukwi khoma ngikhuluma nje
"📱Hau Indaba ezinhle nje lezo untombenhle yena usaleleni akafanga ngani yena awu ngaphumula ukufunwa imali Hau sengizoke ngiphile impilo engithandayo ngyabonga ngokungazisa afihlwe Kahle no mazondi ahambe angabheki emuva Kusho uzondi ememeza umuzwa nje ukuth injabulo igcwele kuyena
"📲Hau baba uzondi into ongayisho Leyo ulahlekelwe nendodakazi yakho isisbhedlela elwela impilo yakhe sengiyabona ingakho untombenhle behlezi ephatheke Kabi uwena wonke cha ubaba obolile shame eskhundleni sokuthi uyabuya lapho uzoseka ingane yakho ufihle umkakho ngesizotha kodwa Wena awunandaba nje sies uyanginyanyisa baba obolile Kusho uzinhle ekhulunyiswa ukudinwa
"📱Yey Wena sfebe konje Nawe ubufeba nabo umazondi no Ntombenhle ingakho ubakhulumela lalela la Wena ngimdala kunawe futh angizozwa ngawe ukuthi ngenzeni ngithe angizi lapho angithi okhona Wena uzomgcwaba loyomfazi obenifaka ebufebeni mina nginomndeni Wami enguthandayo ukube umuntu uyafa kabili ngabe ngyambulala futh umazondi untombenhle naye akavele azifele naye ngoba vele akasenamuntu kodwa phela akhona amadoda enu Kusho uzondi ekhuluma okweyisa nje kuphela
Next Part Coming Soon. Please Don't Forget To Comment Below. Thanks
Kanti Zondi unjan nkosi yami oyimuphi lomndeni anawo manje waze wayeza indaba mamthembu
ReplyDeleteKwa bhlungu shem
ReplyDeleteWaze wayinja zondi
ReplyDeleteNgaze ngabuhlungu ihhe umhlaba uyajika we Zondi kusa kusa
ReplyDelete