ISOKA LAMI 😊 P65

1 Like = ❤️
0

 ISOKA LAMI 😊 P65


uthe untombenhle esamangazwa ubuhle onice kangaka kuyena wavele wamdonsa baya ekamereni lapho umamthembu usedinwe uyaqhuma umah ebona ubuhle ephatha Kahle untombenhle wavele waqala amabhodwe wapheka Njengoba efuna ukufaka ushevu wakubulala untombenhle nje untombenhle no Buhle bahleli ekamereni bayaxoxa


"Yaz ntombenhle ngihlale phansi ngayicabanga Yonke lento esengikudlulise kuyona ngyaxolisa ntombenhle ngicela ungixolele bengenziwa umona nami kodwa ngagcina sengibonile ukuthi umona wami awungiyisi ndawo ngoba usandile uthanda Wena ayyyy mina ngicela ungixolele Wena ufana nodadewethu kwakungamele ukuthi ngenze Yonke lento kodwa ngingasho ukuthi umah ntombenhle ungonile kakhulu ngyathembisa kusukela Manje sizoba osisi Kusho ubuhle ekhombisa ukuzisola
"Ayyyy kulungile Buhle ngyakuxolela futh okwenzekile kufana nokufeziwe ngyakuxolela anginankinga Buhle Kush untombenhle ephatheke Kabi


"Ngicela ukukuthembisa la ntombenhle yabo Wena ne soka lakho nginifisela okuhle kodwa futh ntombenhle kuze uzobona ukuthi ngyaxolisa ngyazisola ngingakufela mina Kush ubuhle seskhala


"Asikho isidingo salukho Buhle Musa ukukhala ngyakuxolela futh awukwazi ukuthi uthi ungangefela mina sengidlulile kukho konke ngoba uxolisile nje Kusho untombenhle wamemeza umamthembu 


"Buhle ntombenhle kuryt ukudla wozani sizodla kumemeza umamthembu lapho useqedile ukufaka ushevu ekudleni Kwa ntombenhle  baqhamuka bahlala phansi wabanika ukudla bathatha waphuma eyalanda okwakhe esazokwenza netiye lakhe
"Ntombenhle mi idla lokukudla mina nyizodla lokhu okwakho Kush ubuhle ebe emphuca emnika okwakhe 




"Ayibo Buhle kuningi lokukudla kwakho Letha okwami Hau Kusho untombenhle avele angamphenduli ubuhle akungenele ukudla Kwa ntombenhle ekuphanga uthe esezokuqeda kwaqhamuka umamthembu ecula kancane ejabula Phela ukuthi untombenhle usezofa


"Waze waphanga Bo Buhle usuqedile njalo Kusho umamthembu
"Angn uvele wathatha ukudla kwami wanginika okwakhe Kusho untombenhle
"Ini Kusho umamthembu ewisa


Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !