ISOKA LAMI 😊 P66

1 Like = ❤️
0

 ISOKA LAMI 😊 P66


"Ini Kusho umamthembu ewisa ipleti lokudla kwakhe phansi
"Ntombenhle ngisacela ukuthi ungixolele njengoba bengishilo ukuthi ngingakufela sekwenzekileke nginifisela okuhle kodwa Nino Sandile Kusho ubuhle ekhihliza amagwebu emlomeni Phela loshevu awuve ushesha ukuzwela


"Buhle ngicela ungangishiyi mtanami konke ebengikwenza bengenzela Wena qina mtanami ngikuyisa esbhendlela Kusho umamthembu etatazela ebamba ubuhle eyomfaka emotweni njengoba ethe no Ntombenhle ufuna ukuhamba wamnqabela umamthembu wasalake uthe nje ephuma ngemoto umamthembu wakamba untombenhle wayopequlula ekamereni la mamthembu methi ukhwatha ijakhethi wawuthola loshevu njengoba ewuthatha ewuqulela ebhodweni nje Phela ubhaliw ukuth ujuqu njengoba ethatha ukudla kwakhe eya ekamereni nje Kanti kuzongena uzakhele abaqalaze angababoni avele untombenhle
"Umamthembu uhambise ubuhle esibhedlela Kusho untombenhle ephindela emuva
"Esbhendlela Unani umshana Manje uyaphi pho Wena ngoba Hamba uyongiphakela khona sokwenza njalo sengisuthi sisoy2 endlini sinethuba lonke Kusho uzakhele ebuka untombenhle emathangeni njengoba efake iskhindi sokulala nje njengoba ephenduka untombenhle eya ekhishini eyophaka amfakele nje impela ukudla lapho ushevu uthulule wonke ebhodweni lesishebo njengoba ebuya emnika nje ukudla
"Nakhu ukudla ekubeka phezu kwetafula untombenhle


"Ake ngidleke ngisheshise ungilinde lapha ekamereni Lami ngiyeza Manje mangiqeda lah Kusho uzakhele edla 
"Okay asuke ahambe untombenhle eye ekamereni la Buhle naye ahlale embhedeni akhiphe iPhone yAkhe ethe esathi ushaya inombolo ka Sandile wezwa ngesililo esisho edaningi njengoba untombenhle ephuma ekamereni wafica umamthembu ekhala eguqe ngakuzakhele


"Kuqale kwa u Buhle umtanam manj umfowethu Kanti ngenzeni engaka sengaze ngijeziswe kanje ubuhle ushona sengingena esbhendlela Pho ngibuya umft udindilizile la phansi Awu kodwa Nkosi Yami uthe esakhala kanjalo umamthembu waphakamisa ikhanda ethi ubuka untombenhle wavele wabonakala ewumazond


Click here to read Next Part

<
Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !