ISOKA LAMI 😊 P67

1 Like = ❤️
0

 ISOKA LAMI 😊 P67


"Ayibo ngibonani ngamehlo ami ngixolele mazondi ngixolele ungangibulali unkulunkulu esengijezise kwanele Manje Kusho umamthembu ekhuluma nontombenhle ezitshela ukuth ukhuluma no mazondi lapho untombenhle uyavidoraza Yonke lento ekhulunywa umamthembu 


"Ayibo Maka Buhle ukhuluma ngani kubuza untombenhle wabona umamthembu ukuth bekhuluma no Ntombenhle Sonke leskhathi
"Yey Wena ubenzeni kubuza umamthembu esukuma nezinyembezi emehlweni 
"Ngibenzeni obani mina we mamthembu kubuza untombenhle


"Ubuhle no zakhele umft ubenzeni ngyakuthatha ngizokuhlalisa emzini wami Wena uzongibulalela abantu bami kushukuthi nami angiphephile inkosi ngiguye umbulali kwami Kusho umamthembu ehayiza efuna kuzwe omakhelwane njengoba naba bangena sebengena nezicabha nje
"Aybo kwenzenjn mamthembu uzakhele ubulewe Yini kubuza omunye womama bakamakhelwane


"Buzana nangu umbulali nengane Yami ubuhle ifile ilombulali Kusho umamthembu ekhala
"Wasbuka ntombazane chaza ubabulele kanjani abantu ababili kusaqhuba yena lomfaz wakamakhelwane 


"Nifuna ukwazi ngempela Kusho untombenhle ephuma eyolanda uphepha ebelinoshevu wamamthembu wabuya nalo "Ohhh nith nifuna ukuzwa yabo leliphepha leli belinoshevu oyingozi njengoba nibona nje ubhalwe ukuth ujuqu haaa and ujuqu ngempela ngubone Kahle ubuhle ekhihliza amagwebu phambukwami ebulawa umawakhe Lo ngoba ethi ufuna ukubulala mina waphinda wathatha Lo osele ushevu wayowufaka ebhodweni lesishebo ngoba enzela ukuth mangingadla anginike Kona lokukudla okusebhodweni kuze ngizofa Kanti kuzofika Lo wakwabo aphake adle Kanti udadewabo Lo ufake loshevu kodwa ngalokhe ngikhuluma kakhulu nayi i Vedio engithathile leskhohlakali sixolusa njengoba sesingibona ngiwumah ngoba Phela wambulala naye Wena mama Musa ukufika la uzokhuluma nami kanje ngoba ngeke uyimele ekhothi Yonke lento Kusho untombenhle ehlinule engasahleki impela umamthembu uyishintshile inhliziyo ka ntombenhle ngoba ayyyy useshitshe lokho okuxakile lapho umamthembu ulokhe ebakaza laphansi

Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !