ISOKA LAMI 😊 P70

1 Like = ❤️
0

ISOKA LAMI 😊 P70


"Anginandaba noma ungangishaya vele iqiniso liyababa futh ngifuna wazi ukuthi mina angisenabazali umama washona nobaba futh washona Kusho untombenhle ekhuluma nezinyembezi zizehlela nje emehlweni njengoba ephuma ngejubane eyophuma ngesango besadidekile usandile njengoba engena emotweni ehamba elandela untombenhle


"Ntombenhle ngicela ungene emotweni asikho isidingo sokuthi ubaleke ngikhona ngakutshela ngathi ngizokunakekela ngicela ungene sthandwa Sami Kusho usandile encenga untombenhle nangampela angene emotweni untombenhle athule angasho lutho ahambe usandile aze ayofika Kubo
"mAh Nawe baba eyyyy ngihambile ngoba ngith ngyobheka untombenhle ukuthi ukahle Yini emvakwayoyonke lento eyenzekile enginitshele Yona Kusho usandile engane endlini ebambe untombenhle ngesandla mAh Nawe baba into engibonile yooo ubaba ka ntombenhle udinga usizo ngeke udlisiwe loyana kusaqhuba usandile
"Yindaba uthi udlisiwe Sandile kubuza umandlovu


"Yeey wemah loyamuntu uyislwane enganeni yakhe uthi iyona umbulali uth ingane yakhe ubuhle Lo ishonile eyyyy mAh kuningi njengoba umbona nje untombenhle ekhala umshaye isho ukumshaya Kusho usandile 
"Mmmh udinga usizo ngampela yazi Manje singamsiza kanjn mfana wami kubuza undlovu


"Ngenkulu inhlonipho Bantu abadala kodwa uzondi akadingi sizo nuyekeni kanjeyana azibonele vele nami sengitshelile ukuthi anginabazali bashona boy2 Kusho untombenhle ekhala


"Cha ngane Yami ubaba wakho akazenzi uyakudinga usizo lapho wasizakala uyobana uzovuleka isuke nalenkungu ekuyena Kusho umazondi


"Ngicela ungihambise ka Zinhle sandile ngifuna nokuphumula ngithi ukulala kancane Kusho untombenhle


"Cha Bo ungalala nalapha ekhaya ndodakazi Sandile muhambise ekameren ayolala kancane Kusho undlovu nangampela amhambise ekameren uthe esathi ungene engubeni kwakhala ifone kasandile uthe meyikhipha usandile wabona ukuthi unandi wangayibamba


"Kanti khululeka ungayibamba ifoni Kusho untombenhle ebuka usandile njengoba egwajaza nje yena
"Akubalulekule Bbe


Tags

Post a Comment

0Comments

Post a Comment (0)

#buttons=(Accept !) #days=(20)

Our website uses cookies to enhance your experience. Check Now
Accept !